SYNOD on SYNODALITY - QUESTIONNAIRE FORM - UMZIMKULU DIOCESE -
As we walk together we share our life experiences to build up our Church and Community.
Njengoba sihamba ndawonye sabelana ngezipiliyoni zempilo ukwakha iBandla kanye nomphakathi.

Sign in to Google to save your progress. Learn more
Please, TELL us SOMETHING about YOURSELF.  Sitshele kafushane ngempilo yakho.
The following questions will help you...Lemibuzo elandelayo izokusiza kakhulu...
What are your NAMES and SURNAME - Amagama neSibongo (please write it down if you wish)
What is your Parish - Igama lePARISH  yakho
What is your Age? Ubudala? Please click next to the age range.
Clear selection
Gender? Please click. Ubulili?
Clear selection
Your EMAIL, if you have, for the future communication
Your Cellphone, WhatsApp number
Which Sacraments did you receive? Please click below Amaphi amaSacramente owatholile, bhala kwibhokisi ngezansi.
Do you belong to any SODALITY, ASSOCIATION? Please write below. Ukomuphi uMhlangano noma iQembu?
If YES. please share what was the reason to join it. If NOT, why you did not join it? Uma useMhlanganweni, kungani wangena eMhlanganweni? Uma ungekho eMhlanganweni, kungani?
Other information about yourself? Okunye esingakwazi ngempilo yakho?
SYNOD - WALKING TOGETHER AS THE CHURCH -  Sihamba endleleni sisonke
Part 1: COMPANIONS on the JOURNEY - Abangane Ohambweni
Please answer the following questions on the above topic
Who makes you feel good in your parish?  Ubani okwenza uzizwe ujabule epherishini yangakini?
Who looks lonely in your parish?  Ubani obukeka enesizungu epherishini yangakini?
Who doesn’t have any friends?  Ubani ongenabo abangane?
Do you feel lonely in your parish?  Ingabe uzizwa unesizungu epherishini yangakini?
Part -2  LISTENING  -UKULALELA
Please respond to the questions on this topic.
Whom do you NOT like to listen to?   Ubani ongathandi ukumlalela?
WHY do you feel that way?  Kungani uzizwa ngaleyo ndlela?
WHOM do other people not listen to?  Obani abanye abantu abangabalaleli?
WHY do you think that?  Kungani ucabanga kanjalo?
Part -3  SPEAKING   - Ukukhuluma uzwakale
Please share you thoughts...
Do you feel like people listen to you in your parish?  Ingabe uzwa sengathi abantu bayakulalela epherishini yangakini?
Part -4 CELEBRATION  -  Umgubho
Please share your experiences...
Is attending Holy Mass important to you?   Ingabe ukuya eMiseni Elingcwele kubalulekile kuwe?
Do people at Holy Mass say hello to you/welcome you? Ingabe abantu eMiseni Elingcwele bayakubingelela/ bayakwamukela?
Do people at Holy Mass show they care about you?    Ingabe abantu eMiseni Elingcwele bayakhombisa ukuthi bayakukhathalela?
What is your favourite part of Holy Mass?   Iyiphi ingxenye oyithanda kakhulu yeMisa Elingcwele?  
What don’t you like about  Holy Mass?  Yini ongayithandi ngeMisa Elingcwele?
Part -5  SHARING RESPONSIBILITY for OUR COMMON MISSION  -  Ukwabelana Ngesibopho Somsebenzi Wethu Ovamile
Share your participation in the mission of the Church.
Does your parish work together to help people outside of the parish?   Ngabe epherishini yakho niyasebenzisana ukusiza abantu abangaphandle kwepherishi?
What does it do?   Nenzani?
Who does it help?   Nisiza bani?
Part -6  DIALOGUE in CHURCH and SOCIETY  -  Ingxoxo eBandleni Nasemphakathini
How the Church goes out to Society?
Do you think that different kinds of people work together in your parish?  Ucabanga ukuthi izinhlobo ezahlukene zabantu zisebenza ndawonye epherishini yakho?
Part -7   ECUMENISM - Cooperation with other Churches -  I-Ecumenism
Does your parish make friends with other faith communities to help people in your town/village that need help?  Ingabe ipherishi yakho yenza ubungane neminye imiphakathi yamakholwa ukusiza abantu edolobheni/esigodini sakho abadinga usizo?
Part -8   AUTHORITY and PARTICIPATION  -  Igunya kanye nokubamba iqhaza
Who decides what your parish will do together?  Ubani onqumayo ukuthi ipherishi yakho izokwenzani ndawonye?
Is it one person or is it a group of people? -   Ingabe ngumuntu oyedwa noma iqembu labantu?
How is it done?  Kwenziwa kanjani?
Part - 9   DISCERNING and DECIDING - Ukuqonda Nokunquma
Do you think decisions about what your parish will do could be made in a different way?  Ucabanga ukuthi izinqumo ezizokwenza ipherishi yakho zingenziwa ngenye indlela?
Are there other people you think should be involved?  Ingabe bakhona abanye abantu ocabanga ukuthi kufanele babambe iqhaza?
Part -10   FORMING OURSELVES in SYNODALITY -  Sizakha Thina KuSinodalithi
How does your parish teach about working together?  Ipherishi yakho ifundisa kanjani ngokusebenza ndawonye?
Who teaches how to do this?   Ubani ofundisa ukuthi kwenziwa kanjani lokhu?
Is it one person or are there more people that lead this?    Ingabe ngumuntu oyedwa noma baningi abantu abaholayo?
OTHER COMENTS -  propositions-reflections of “walking together as the local parish Church and Community:  Okunye okuphawulwayo - iziphakamiso-imizindlo “yokuhamba ndawonye njengeBandla lePherishi lendawo kanye Nomphakathi:
Please write the date of your responses  Bhala usuku, inyanga kanye nonyaka wezimpendulo zakho zalemibuzo engenhla.
MM
/
DD
/
YYYY
Submit
Clear form
Never submit passwords through Google Forms.
This content is neither created nor endorsed by Google. Report Abuse - Terms of Service - Privacy Policy